

ZULFA GR5 UKUBHALA UMBIKO
Presentation
•
World Languages
•
5th Grade
•
Hard
Ntokozo Mnguni
Used 2+ times
FREE Resource
4 Slides • 0 Questions
1
ZULFA UMBIKO
by Ntokozo Mnguni
2
UKUBHALA UMBIKO
Njengoba sewethule umbiko wakho owuthole ezindabeni.
Cabanga ngokubhala owakho umbiko ngesehlakalo owake wasibona noma esake sakwehlela.
3
ISIBONELO
4 KuMandulo 2021
Ntokozo Mnguni
Sebethole amanzi ahlanzekile ekudala bahlupheka
Umphakathi waseNdaweni eMpumalanga ujabule kakhulu njengoba umasipala sekefake idamu elisha elilethela umphakathi wakulendawo amanzi. U-Elsie Ngoma ongomunye wamalunga womphakathi uchaze wathi bebehlezi bethola amanzi angcolile njalo aphuma ezimpompini zabo, bebangayazi nembangela yalokhu.
Bathokozile manje uma bethi bavula izimpompi zabo kwaphuma amanzi acwebile. "Izifo ezihlala emanzini bezingasihlasela kule mpilo ebekade siyiphila" kusho omunye esixukwini.
Umnyango wezamanzi nokuhlanzeka ujabulile nawo ngalokhu okwenzekile ngoba izimpilo zabantu bezisencupheni.
4
UMSEBENZI
Zakhele umbiko wakho omayelana namanzi.
Umbiko wakho kufanele uphendule le mibuzo elandelayo.
-Kwenzekeni?
-Yenzeke nini?
- Yenzeke kanjani?
-Yenziwe ngubani
-Yenzeke kubani?
ZULFA UMBIKO
by Ntokozo Mnguni
Show answer
Auto Play
Slide 1 / 4
SLIDE
Popular Resources on Wayground
15 questions
Fractions on a Number Line
Quiz
•
3rd Grade
14 questions
Boundaries & Healthy Relationships
Lesson
•
6th - 8th Grade
13 questions
SMS Cafeteria Expectations Quiz
Quiz
•
6th - 8th Grade
20 questions
Equivalent Fractions
Quiz
•
3rd Grade
25 questions
Multiplication Facts
Quiz
•
5th Grade
12 questions
SMS Restroom Expectations Quiz
Quiz
•
6th - 8th Grade
20 questions
Main Idea and Details
Quiz
•
5th Grade
10 questions
Pi Day Trivia!
Quiz
•
6th - 9th Grade