
Exploring Izimpawu Zokuloba
Authored by bobo mxwali
Other
8th Grade
Used 2+ times

AI Actions
Add similar questions
Adjust reading levels
Convert to real-world scenario
Translate activity
More...
Content View
Student View
10 questions
Show all answers
1.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
30 sec • 2 pts
UFELEBA usebenza uma kunjani?
Uma ubala izinto
Ekuqaleni komusho nakumagama abantu kanye nezindawo
Uma umemeza
Ukukhombisa ukwethuka
2.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
10 mins • 2 pts
UNGQI usebenza uma kunjani?
UNGQI usebenza ukuhlukanisa amagama
UNGQI usebenza uma kukhona umsindo oweqiwe
UNGQI usebenza ekupheleni komusho
UNGQI usebenza ekuqaleni komusho
3.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
10 mins • 2 pts
ABAKAKI basebenza nini embhalweni?
ABAKAKI basetshenziswa ukufaka izincazelo noma amagama anomqondo ofanayo
ABAKAKI basebenza ukufaka amazwi ashiwo ngomunye umuntu
ABAKAKI sabenza ukuphakamisa iphimbi egameni
ABAKAKI basetshenziswa ukufaka izinombolo
4.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
10 mins • 2 pts
ABACAPHUNI uphawu lokuloba olusebenza lapho......
Umuntu ecela khona usizo
kubhalwa izinyanga zonyaka
kukhonjiswa unkamisa oweqiwe
Kufakwa phakathi noma ukubiyelwa inkulumo ecashuniwe, izihloko zencwadi njill
5.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
10 mins • 2 pts
UMBABAZI usebenza uma....
Kuhlukaniswa imisho
kukhonjiswa ukuphoqa, ukumangala, ukwethuka
kuvezwa ubuqiniso bento
Kugcizelelwa ubukhulu bento
6.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
10 sec • 2 pts
UKHEFANA usetshenziswa....
Ekugcineni komusho
Ekuqaleni kwegama lomuntu
ukuhlukanisa imishwana emibili, ukuhlukanisa izinto ezibalwa emugqeni owodwa.
ukubiyela inkulumo yomuntu
7.
MULTIPLE CHOICE QUESTION
10 mins • 2 pts
UNGQINGQINGQI usebenza.....
ukukhombisa okushiyiwe ngamabomu noma inkulumo engaphelele
Ukweqa unkamisa
ukubala izinto
ukuphumula lapho ufunda
Access all questions and much more by creating a free account
Create resources
Host any resource
Get auto-graded reports

Continue with Google

Continue with Email

Continue with Classlink

Continue with Clever
or continue with

Microsoft
%20(1).png)
Apple
Others
Already have an account?